Ukrestu esihlabelelweni 194 | Uthando Ekhaya

0
448
Ukrestu esihlabelelweni 194 | Uthando Ekhaya
Ukrestu esihlabelelweni 194 | Uthando Ekhaya

194 Uthando Ekhaya

Kuhl’ endaweni zonke, ngothandw’ ekhaya,
Kuhle umsindo wonke, ngothandw’ ekhaya,
Ukuthula nenala, kuchume yonk’ indawo,
Is’khathi asizwakali, kukuhl’ ekhaya.

CHORUS
Uthando ekhaya, Is’khathi asizwakali, Ngothandw’ ekhaya

Ku jatshul’ efukwini, ngothandw’ ekhaya,
Kakukho sicanulo, ngothandw’ ekhaya,
Indlel’ ihlotshisiwe, yonk’ indawo i yihle,
Konke ku jabulise, ngothandw’ ekhaya.

Phezulu ku yathatshwa; Ngothandw’ ekhaya;
Umhlab’ u gcwel’ ubuhle, Ngothandw’ ekhaya.
Imfundlan’ ihlokoma,Izulu li cwathile.
iNkos’ i yathokoza, iNkos’ i yathokoza.

Jesu ng’enze owAkho, ngothandw’ ekhaya
Ngi zidele njengaWe, ngothandw’ ekhaya
Ngophepha engozini, Ngi ngakhathazwa bubi
Ngi busisiwe nguWe, Ngothandw’ ekhaya

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here