Ukrestu esihlabelelweni 15 | UJes’ U Yangithanda!

0
1461
Ukrestu esihlabelelweni 15 | UJes' U Yangithanda!
Ukrestu esihlabelelweni 15 | UJes' U Yangithanda!

15 UJes’ U Yangithanda!

UJes’ u yangithanda, Ku sho uMbhalo wAkhe
NgabAkhe nabantwana, U ngamandl’ abo bonke

CHORUS
U yangithanda, Yebo, uJesu;
U yangithanda, Ngitshelwa uMbhalo

uJes’ u yangithanda, NguYe owangifela
Wafa ngenxa yothando, Izulu walivula

uJes’ u yangithanda, Nanxa ngi gula lapha
Ngi sosizini namhla, UJes’ u yangilinda

uJes’ u yangithanda, Wohlal’ eduze nami;
Phambili u zofika, Angiph’ umqhele nami

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here