Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 47 | Udonga Lwas’ eJordani

Ukrestu esihlabelelweni 47 | Udonga Lwas’ eJordani

0
421
Ukrestu esihlabelelweni 47 | Udonga Lwas' eJordani
Ukrestu esihlabelelweni 47 | Udonga Lwas' eJordani

47 Udonga Lwas’ eJordani

Ngi yakuma eJordani, Nangaphesheya le!
Ngi pons’ iso lami kulo, Izwe laseKhenan

CHORUS
Si zophumula ezweni elihle …, Se ku yisikhashanyana nje …,
Si hube ingoma ka Mosi neWundlu; Sibe noJesu phakade.

Emagcekeni amahle, A khanya kuphela
uJesu ilanga lethu U xosh’ ubusuku

Ngofika nini phezulu, Ngize ngi busiswe!
Ng’ombona nini uBaba, Ngi phuml’ eMbusweni!

I thabile inhliziyo, Ngoba ngi yahamba;
Noma ngi hanqiwe mina, Ngesibindi ngoya!

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here