Ukrestu esihlabelelweni 4 | U Yeza

0
565
Ukrestu esihlabelelweni 4 | U Yeza
Ukrestu esihlabelelweni 4 | U Yeza

4 U Yeza

Imnand’ indab’ endlebeniyesihambi, Esazulakudenekhaya!
Ku seduzeabuyengodum’ uMhlengi; Masiny’ uMbus’ u fike.

CHORUS:
U yeza, u yeza, masinyane, U yez’ emhlabenilapha;
Izihambizonazifumanise IkhayaloMsindisi.

Bonke labo abakade ba ngcwatshwayo, Ba zovuka ekupheleni.
Ye nabasolwandle olujulileyo; Ukuphila bokufumana.

Kwelisha ilizwe si zohlanganiswa; Si hub’ ingoma yobukhosi
Nabavela eNyakatho ba zokuza, Ba khonz’ iNkosi yamakhosi.

Haleluya, amen! Haleluya futhi; Ngokwethembeka sobakhona.
Lindani, thembani, kube isikhathi; Umqhele sesowufumana.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here