Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 27 | Si Vuselele Futhi

Ukrestu esihlabelelweni 27 | Si Vuselele Futhi

0
358
Ukrestu esihlabelelweni 27 | Si Vuselele Futhi
Ukrestu esihlabelelweni 27 | Si Vuselele Futhi

27 Si Vuselele Futhi

Si bong’ iNkosi, ngaYo iNdodana
Yen’ uJesu osifeleyo thina

CHORUS
Aleluya! Aleluya! Aleluya! Amen
Aleluya! Aleluya! Si vuse futhi!

Si bonga Nkosi, NgaY’ uMoya wAkho
Osibonise uMsindisi ngaWo

Akudunyiswe, lona lelo Wundlu
Elathwala izono zonke zethu

Udumo lonke, lube kuWe, Nkosi
Wena wasithenga ngoaWkho umusa

Si vuselele ngal’ uthando lwAkho
Nemiphefumlo mayivuswe njalo

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here