Ukrestu esihlabelelweni 293 | Nqonqo! Nqonqo!

0
476
Ukrestu esihlabelelweni 293 | Nqonqo! Nqonqo!
Ukrestu esihlabelelweni 293 | Nqonqo! Nqonqo!

293 Nqonqo! Nqonqo!

Nqonqo nqonqo ngubani, Umi umi omuhle
Usihamb’ esinomusa, Kazang’ abonwe onje
Ngaloko mphefumlo wami
Ungeze wavula na? Ungeze wavula na?

Nqonqo nqonqo nguJesu, Umi umi omuhle
Isivalo silukhuni, kuthandele ukhula
Lubambe esivalweni
Kunga vulwa kanjani? Kunga vulwa kanjani?

Nqonqo nqonqo usemi, Ulindile omuhle
Bon’ isandla sinenxeba, Sabethelelwa wena
Namehlo asalindile
Umvimbele njalo na? Umvimbele njalo na?

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here