Ukrestu esihlabelelweni 11 | Ngi Zokulandela

0
1326
Ukrestu esihlabelelweni 11 | Ngi Zokulandela
Ukrestu esihlabelelweni 11 | Ngi Zokulandela

11 Ngi Zokulandela

Ngokulandela, Msindisi, Kuzo zonk’ izinsizi;
Laph’ u khona ngolandela, Yebo ngi zolandela

CHORUS
Ngokulandela, Msindisi, Wen’ owacith’ igazi
Noma bonke bekudela, Ngomsa ngi zolandela

Noma indlel’ i nameva, Njengolwandle lugubha
Wayihamba leyondlela, Ngako ngi zolandela

Nakuzo izinhlupheko, Noma ngi lingwa ngazo
‘Nkosi walingwa impela, Ngako ngi zolandela

U ngi hol’ ezinhlungwini, Nakhon’ ebupofwini
Wahlushwa waze wadelwa, Noko ngokulandela

Nom’ iJordan’ ebilayo, I ngeyesabekayo;
Loku wena wayiwela, Nami ngokulandela

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here