Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 157 | Isikathi Sokuvuna

Ukrestu esihlabelelweni 157 | Isikathi Sokuvuna

0
440
Ukrestu esihlabelelweni 157 | Isikathi Sokuvuna
Ukrestu esihlabelelweni 157 | Isikathi Sokuvuna

157 Isikathi Sokuvuna

Lowo ohamba ekhaya
Efaza inhlwanyelo
Angalali, enothando
U yothola umusa

CHORUS
Qaphelake wena mlimi!, Amabel’ a semahle
Ku sondela ukuvama, Amasim’ a vuthiwe

A yehliswa amazolo
Li khanyiswe nelanga
Izithelo si zophiwa
Ngamandla aphezulu

Wen’ u ngethuki wesabe
Hlwanyela u ngadinwa
Nanxa ku nzima qinisa
U zobutha ngesihle

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here