Home Ukrestu esihlabelelweni Ukrestu esihlabelelweni 124 | Hai Mina! Kepha ng’uKrestu

Ukrestu esihlabelelweni 124 | Hai Mina! Kepha ng’uKrestu

0
981
Ukrestu esihlabelelweni 124 | Hai Mina! Kepha ng'uKrestu
Ukrestu esihlabelelweni 124 | Hai Mina! Kepha ng'uKrestu

124 Hai Mina! Kepha ng’uKrestu

Akungabi yimi, kodwa ng’uKrestu
Ozobonwa, aziwe, akhonzwe;
Athandwe kuyo yonke im’cabango
Ozohlonshwa, aphakanyiswe.

Akungabi yimi, kodwa ng’uKrestu
Ozothokozisa osizini;
Owesula inyembezi zabantu
Othulisa konke ukwesaba.

uKrestu, kuphela uJesu Krestu
Akufanel’ ukuzibabaza;
uKrestu kuphela uJesu Krestu
Ngi ngazibonakalisi mina.

Akungabi yimi, kodwa ng’uKrestu
Ogcwalisa ukweswela kwami;
uKrestu kuphela uJesu Krestu
Namhlanje kuze kube nanini.

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

NO COMMENTS

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here