Ukrestu esihlabelelweni 116 | Akukho Lutho Luka Jesu

0
706
Ukrestu esihlabelelweni 116 | Akukho Lutho Luka Jesu
Ukrestu esihlabelelweni 116 | Akukho Lutho Luka Jesu

116 Akukho Lutho Luka Jesu

U gcwele inhlupheko, Kanandawo uJesu?
U thunjiwe ng’umhlaba Kanandawo uJesu?
Nangu u mi emnyango Yiloku unqonqotha!
Yizwa u yakuncenga U nendaw’ uJesu na?

U cita isikhathi, Wenzela uJesu na?
U yaqeda amandla, Wenzela uJesu na?
Awuling’ukunqoba, Nokusindis’ abantu;
Nokubuyis’ umduki Kambe wenzel’ uJesu?

U fun’ imfuyo yezve K’unathuba ngoJesu?
U zihlalele kahle K’unathuba ngoJesu?
U zama ukuhlala Nobucebi bomhlaba,
U thokoza ngeze nje A wunak’ uJesu na?

U thwele amahlamvu Ka naz’thelo ngoJesu?
Cha, nas’thung’ esandleni K’unas’thelo ngoJesu?
Wena u nako konke Kwokwenelis’ uJesu;
Kepha wojabha nako Msuku efik’ uJesu?

Uma ubusiswe yile webhusayithi. Sicela ucabangele ukunikela / If you were blessed by this website.  Consider donating to keep it running for your next visit and other visitors.

donate button 300x46 1

For the full Christ in song hymnal visit Christinsong.com

For the SDA Hymnal visit https://sdahymnal.net/ 

Amagama amnandi https://positivewordsdictionary.com/

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here